Detox-UMZIMBA ONGCOLILE UBANGA IZIFO.

Izinto esizidlayo nama -chemicals esiwahogelayo yiyona mbangela yokungcola komzimba . Umzimba unama-chemicals owakhiqizayo abuye abeyingozi kuwona. Akhona ama-chemicals ayingozi angakhiqizwa abantu. La-machemicals siwathola ngokuwaphefumula ngoba ahamba ngomoya ne-dust. Amanye alama-chemicals yila aphuma ngesikhathi ama-factory amakhulu ekhiqiza izinto ekumele azikhiqize esebenzisa wona ama-chemicals, kuze kubenensalela esalela emoyeni lo esiwuphefumulayo. Ukudla esikudlayo okuningi okudayiswayo kakhulukazi okuhlala emashelufini kufakwa ama-chemicals (preservatives) ukuze kungaboli. Nawo ke lawo mapreservatives anomthelela ekungcoleni komzimba. Kokunye ama-chemicals siwaphefumula emakhaya mhlawumbi asithi nje ubulala amakokoroshe noma impukane noma upenda indlu, noma usebenzisa i-glue, uthole isifuba sesicinana kanti yikona loku okusebenzisayo. BUYINI UBUNGOZI BAMA-CHEMICALS EMZIMBENI? Ukungcola kunenkani akuphumi uma kungahlanzwanga emzimbeni futhi kuyahlala kunqwabelana kuwena egazini, emathanjeni, kuma-tissues wobuchopho nakwezinye indawo emzimbeni. Amachemicals la awakhethi ahlala kunoma ubani. Umama okhulelwe kuyenzeka la-machemicals asemzimbeni wakhe awathelele enganeni nge-placenta ingane ingekazalwa. La ma-chemicals ahlesela ama-cells nama tissues omzimba, amanye ahlasela inzalo nalokhu okwakha ufuzo kumuntu (genetic material). Umphumela wokuhlaselwa yiwona wukungatholi ingane, ingane ezizalwa zikhubazekile, kulimale amathambo, amaphaphu,isibindi, izinso, igazi, ubuchopho,i-immune system, kwakheke umdlavuza, kulimale nezinye izitho zomzimba.Uma uzizwa ukhathala, ufisa ukulala isikhathi eside, une-allergy, umoya onephunga elibi (bad breath),ukusongana kwesisu (constipation), ukukhishwa isisu, inkinga zesikhumba, amathumba, i-rash konke lokhu kungaba zimpawu zomzimba ongcolile. NAKU ESIKWENZAYO. Sine Full Body scan - sihlola isimo somzimba wakho nezinto ezikuhluphayo. Vegetable juice - enomsoco nezakhamzimba Detox - sihlanza sikhuculule igazi

Read More

How Much Exercise Do I Need?

To add a slider go to Theme Options -> Homepage and choose page slider. The slider will use the page title, excerpt and featured image for the slides.

Read More

Drink 8 Glasses of Water a day

To add featured content go to Theme Options -> Homepage (Featured) and turn the switch on then add the content you want for each section.

Read More